14/08/2026
Booooomm‼️‼️‼️ Triple D Entertainment presents UmcimbiWethu Annual Event 3rd Annual. Abantu enibavotelile sivele sa decider ukubafaka bonke, saze sanibhansela ngoMangobe😇🕺💃💥.
Bamba ke‼️‼️ le poster ayiphelele kusenabanye abaculi abazovela kwi full poster including local artists so don't tatazela kunalokho zazazela.😊😊
Ok asitotobisane ke ngokuthengwa kwama Tickets 🎫🎟. Amathikithi adayisa at Shoprite, Usave and Computicket nazo zonke izitolo ezingenelana no Computicket.
🚨🚨alikho I ticket esizolidayisa esandleni wonke ama tickets azothathwa esangweni awakulezintolo ezibhalwe ngaphezulu👆👆🚨🚨
Izindleko ze Event: General Ticket R100. Uma ufika nj uzokhipha u R100 uthenge Ticket but if ufika esangweni ungaphethe Ticket from Shoprite it's R150. Our VIP is R500 ohambisana ne Bar Tap ka R200, lokho kusho ukuthi kulo R500 uzothenga noma yin ka R200 ngaphakathi estolo.
Indawo la okuzoba ne Event khona: Veyane's Place Port Dunford (Esikhawini). Date: Friday 25 September 2026. Iskhathi iqala ngo 16:00 (ntambama) till 06:00 (nga ksasa).
For more info: 079 537 3613/0825401184 calls and WhatsApp.
Hopefully ni happy nge line up yenu🥰😍😇😄!!!
Thank you🙏🙏🙏